Uxhumano Phakathi Kwesisu Nengqondo: Okwenziwa Yinkinga Yendlala Emiqondweni Yethu
Thembelihle Zwane 12 October Iviki Lokudla Okunempilo Kuzwelonke (National Nutrition Week) lifika kulo nyaka phakathi kwesimo abacwaningi asebesibiza ngokuthi yinkinga yendlala – futhi ubufakazi obukhulayo besayensi bubonisa ukuthi imiphumela iya dlula ngale kwomzimba, iye ekutheni sicabanga futhi sizizwa kanjani. I-nutritional psychiatry, eyayiyingxenye encane yezokwelapha, manje isisohlangothini oluphambili locwaningo lwezempilo yengqondo. Le mkhakha ifunda ngoxhumano phakathi…
