Ukubuyela Emsebenzini Emuva Kokugula Ngokwengqondo

Thembelihle Zwane 26 October 2026 Njalo ngonyaka ngomhlaka 27 October, umhlaba wonke ugubha Usuku Lwezokwelashwa Kwemisebenzi (World Occupational Therapy Day). Kulonyaka lolusuku kulonyaka lugujwa ngaphansi kwesihloko se- World Federation of Occupational Therapists esithi “Ukubamba Iqhaza Kubalulekile” (Participation Matters). Lolu suku lugqamisa ukubaluleka kwabantu abasiza abanye ukuba baphile impilo eyejwayelekile, bakwazi nokuzimela emsebenzini naphezu kobuningi bomsebenzi…

Read More

Okungekho Kumanifesto: Yini Amaqembu Epolitiki Angakusho Ngempilo Yengqondo

Thembelihle Zwane 20 October 2026 Njengoba abantu baseNingizimu Afrika belungiselela ukuvota okhethweni loHulumeni basekhaya ngomhla ka-4 kuNovemba, amaqembu amakhulu asebenzise izinyanga ezedlule ekhipha imihlahlandlela yayo (amamanifesto) agcwele izithembiso ngamanzi, ugesi, imigwaqo nokuqoqwa kwemfucuza. Okube nzima kakhulu ukukuthola, cishe kuyo yonke imicimbi yokwethulwa kwamamanifesto amakhulu kulo nyaka, yizibophezelo eziqondile, ezisobala mayelana nempilo yengqondo. Imanifesto ye-ANC, eyethulwa…

Read More