Ukufaka Isicelo sokuhlolelwa ukugula ngengqondo ngemvumo
Usizo lokufaka isicelo sokungenisa umuntu esikhungweni sabagula ngengqondo ngesivumelwano Uma ugula ngengqondo, ungalaliswa esikhungweni sabantu abagula ngengqondo. Ukugula ngenqondo isifo esikuphazamisa ekucabangeni kwakho nokuhambisana nezinto. Ukugula ngenqondo kuhambisana na depression, schizophrenia, bipolar disorder, Obsessive Compulsive Disorder (OCD), Panic Disorder, Post Traumatic Stress Disorder (PTSD) kanye ne borderline personality disorder. Okuhle ukuthi kuyalapheka ukugula ngenqondo ukuthi…
