Ingcindezi Yokuphila Edolobheni
15 Agasti 2025 Thabani Maphanga Uzimisele kanjani manje? Uyayizwa yini ingcindezi? Ingabe izinto seziba nzima kakhulu? Ingabe ukhathazekile ngokuthi ngeke uphothule konke okumele ukwenze namuhla? Ingabe ufisa ukuthi wonke umuntu athule futhi akushiye wedwa? Lezi zimpawu zonke ziyizibonakaliso ezivamile zencindezi. Ingcindezi encane, enempilo, ingasigcina siqaphile futhi kusisize sibhekane nezinselele. Kodwa ingcindezi enkhulu isenza sizizwe sisongelwa,…
