Ukuqinisela Kwamadoda Kungaholela Esifweni Sengqondo

Londiwe Buthelezi |15 July 2025 KUSENZIMA ukuthi amadoda aphumele obala aveze okuwaphethe kabi nokuholela ekutheni agcine ehlaselwa yizifo zengqondo. Lokhu kushiwo yinhlangano esiza abafana abakhula ngaphandle kobaba, iCharacter Company, ukubakhuthaza ukuthi babhodle ukuze bavikele ukuphathwa izifo zengqondo. UMnuz Jaco Schalkwyk uthe abafana bathathwa njengabantu okungafanele baveze obala ukuthi baphatheke kabi, ingasaphathwa eyokuthi bakhale. “Izibalo zethu…

Read More

Isicelo Sokuhlolelwa Ukugula Ngekhanda Ngemvumo

Ngosizo lokufaka isicelo sokungenisa umuntu esikhungweni sabagula ngekhanda ngesivumelwano Uma ugula ngekhanda, ungalaliswa esikhungweni sabantu abagulunga ngekhanda. Ukugula ngenqondo isifo esikuphazamisa ekucabangeni kwakho nokuhambisana nezinto. Ukugula ngenqondo kuhambisana na depression, schizophrenia, bipolar disorder, Obsessive Compulsive Disorder (OCD), Panic Disorder, Post Traumatic Stress Disorder (PTSD) kanye ne borderline personality disorder. Okuhle ukuthi kuyalapheka ukugula ngenqondo ukuhti…

Read More