Book Review: Patient 12A by Lesedi Molefi

Yolanda Mzimela Patient 12A is a deeply personal and evocative memoir by Lesedi Molefi, chronicling his time in a psychiatric clinic in 2016 and reflecting on how childhood experiences profoundly shaped the adult he became. With remarkable vulnerability and candour, Molefi invites readers into his chaotic past and the mental health struggles that led him…

Read More

Ukuhlukahluka Kwamasiko

9 Agasti 2025 Thabani Maphanga Ngokuvamile ezimweni zezifo, kungalindeleka ukuthi, kungakhathaleki izwe noma isiko umuntu ogulayo aphila kulo, isipiliyoni sokugula sizofana kakhulu. Kodwa-ke, kuthiwani uma umuntu ethi uzwa amazwi ezizukulwane zakhe ezashona noma ebika ukuthi wathunjwa okwesikhashana ngabantu abangaphandle komhlaba? Ingabe lowo muntu angabhekwa njengomuntu ongajwayelekile noma angakholelwa? Impendulo kungenzeka incike ekutheni lowo muntu uhlala…

Read More

Ingcindezi Yokuphila Edolobheni

15 Agasti 2025 Thabani Maphanga Uzimisele kanjani manje? Uyayizwa yini ingcindezi? Ingabe izinto seziba nzima kakhulu? Ingabe ukhathazekile ngokuthi ngeke uphothule konke okumele ukwenze namuhla? Ingabe ufisa ukuthi wonke umuntu athule futhi akushiye wedwa? Lezi zimpawu zonke ziyizibonakaliso ezivamile zencindezi. Ingcindezi encane, enempilo, ingasigcina siqaphile futhi kusisize sibhekane nezinselele. Kodwa ingcindezi enkhulu isenza sizizwe sisongelwa,…

Read More

Ukudla Okunempilo Emsebenzini

12 Agasti 2025 Thembelihle Zwane Njengoba abantu abaningi bevame ukudla ngaphezu kokudla kwabo kwasemini emsebenzini, ukudla okunempilo emsebenzini kubalulekile—hhayi kuphela empilweni yomzimba kodwa nasekuphathekeni kahle emsebenzini. Ake sibheke izizathu zokuthi kungani abaqashi kufanele bakhuthaze—noma banikeze—ukudla okunempilo nezibiliboco emsebenzini. Kungani Ukudla Okunempilo Emsebenzini Kubalulekile Ukudla kusekela ukusebenza komzimba nengqondo yethu. Ngokudla okulinganiselwe singaphila impilo enokulingana. Njengoba…

Read More

Buyisa Amandla Akho

10 Agasti 2025 Carolyn Sithole Ngesikhathi ngiqala uhambo lwami lokuphola emuva kokuphazamiseka ngokwengqondo, umuntu engihlekisana naye wathi: “Anginandaba nokuthi unesifo sini; ngizohlala eceleni kwakho inqobo nje uma uthola usizo.” Ngakho-ke ngenza njalo. Ngesikhathi ngiya kudokotela, ngangicabanga ukuthi ngizokhuluma naye ngenkinga yami yokuphefumula okwakungihlasela. Wangitshela ukuthi kukhona ukukhathazeka kwengqondo (anxiety), kodwa angizange ngimkholelwe. Ngoba mina ngiyazi…

Read More

Ubuqhwaga Emsebenzini

5 Agasti 2025 Londiwe Buthelezi Ubuqhwaga abugcini nje ngokuba yisenzo esenziwa izingane, kodwa kuyenzeka nakubantu abadala. Ukuba isiqhwaga akuvamile ukuthi umuntu akhule ahlukane nakho. Ubuqhwaga buyindlela yokubhekana nezimo futhi kungaba ingxenye yezindlela umuntu omdala azisebenzisa nsuku zonke ukuze athole akufunayo empilweni. Umuntu ohlukunyezwa ngokwengqondo emsebenzini nsuku zonke ubhekene nobungozi bokuba nokwesaba, ukukhathazeka, ukuzwela ngokweqile, nokubonakala…

Read More

Contribute to Wholeness Magazine

We warmly welcome individuals who want to share their stories and insights with our readers. Wholeness Magazine publishes articles on a wide range of topics that positively contribute to living better through holistic mental health. While not every story is “happy” or purely positive, they all aim to inspire hope, understanding, and growth. To make…

Read More

LGBTQI+ & Mental Health

Minority Stress, Identity, and Survival: The wounds you don’t always see Dr Nonhlanhla Zikalala Being queer is not the mental illness, but the world often treats it like one. As a psychiatrist, I’ve seen the damage not from identity, but from invalidation. We don’t pathologise queerness. We pathologise the consequences of chronic rejection, microaggressions, religious…

Read More

Community Mental Health Promotion

Thursday, 10 July 2025 Online 18:00 – 19:00 Register Now Join us for an engaging and informative webinar on Community Mental Health Promotion, where we’ll explore practical strategies and collaborative approaches to supporting mental wellbeing at the community level. This session is designed for mental health professionals, educators, social workers, community leaders and anyone passionate about mental health advocacy. Participants…

Read More

Indlela Abasebenzi Kwezempilo Emiphakathini KwaZulu-Natal Abasiza Ngayo Ukulwa Nenkathazo Yempilo Yengqondo

15 July 2025 Londiwe Buthelezi ENingizimu Afrika, kunabantu abaneziqu zobuchwepheshe bezengqondo (psychologists) nabachwepheshe bezifo zengqondo (psychiatrists) abaningi ngokwanele ukubahlangabezana nezidingo zempilo yengqondo zabantu bonke ezweni lonke. Okunye okudingeka ngokuphuthuma, wukuthi kuqeqeshwe abasebenzi bezempilo emiphakathini ukuze banikeze usizo oluyisisekelo kwezempilo yengqondo futhi benze into abayaziyo abayifundele. Ukubhekakancane ukuthi umsebenzi wokuhambela abagulayo emakhaya ovamise ukwenziwa oNompilo, uhamba…

Read More