Ingcindezi Yokuphila Edolobheni

15 Agasti 2025 Thabani Maphanga Uzimisele kanjani manje? Uyayizwa yini ingcindezi? Ingabe izinto seziba nzima kakhulu? Ingabe ukhathazekile ngokuthi ngeke uphothule konke okumele ukwenze namuhla? Ingabe ufisa ukuthi wonke umuntu athule futhi akushiye wedwa? Lezi zimpawu zonke ziyizibonakaliso ezivamile zencindezi. Ingcindezi encane, enempilo, ingasigcina siqaphile futhi kusisize sibhekane nezinselele. Kodwa ingcindezi enkhulu isenza sizizwe sisongelwa,…

Read More

Ukuzazi Ukuthi Ungubani Kuyakusiza Ukwenza Umsebenzi Okufanele

Londiwe Buthelezi 21 July 2025 EMHLABENI lapho izinto ziguquka njalo, ukwenza umsebenzi owodwa sekuyinto ewumlando. Kubalulekile ukuthi uzazi kahle ukuze uqonde futhi uthathe izinqumo ezifanele ngekusasa lakho. UDkt Tendani Netshilata ongudokotela wezengqondo esibhedlela i-Netcare Akeso Arcadia, uthe ukuzazi ukuthi ungubani, unabuphi ubuhlakani, ubuthakathaka bakho buhamba buphelelephi nokholelwa kukho, kuzokusiza ukwakha ubudlelwano obuhle nsuku zonke. Kuzokwenza…

Read More

Sukumelani Izifo Zengqondo

Thembelihle Zwane 9 July 2025 UCWANINGO lwakamuva luveza ukuthi ukushintsha kwesimo sezulu kuhambisana nokunyuka kwezinkinga zezifo zengqondo, kwazise abantu bachitha isikhathi esiningi bezivalele. UNkk Sandy Lewis, ofundisa ngezifo zengqondo eNetcare, uveze ukuthi abacwaningi bathi uma kushintsha inkathi yonyaka nezingqondo ziyashintsha indlela ezisebenza ngayo. “Ebusika ilanga liphuma amahora ambalwa, bese labo abanezifo zengqondo bezithola bengahlalisekile (kahle)…

Read More

Imishanguzo Yokhwantalala Ingehlisa Ukulangazela Ucansi

Thabani Maphanga 29 July 2025 IMISHANGUZO eyelapha ukhwantalala, ingcindezi yomphefumulo ingaholela ekutheni abayisebenzisayo bangalulangazeli ucansi noma kushintshe indlela abebelulangazelela ngayo. UMnuz Abdurahmaan Kenny, osophikweni olubhekele izifo ezithinta ingqondo ePharma Dynamics, uthe bajwayele ukunikeza iziguli imishanguzo ngenhloso yokuthi kwelapheke izifo ezithinta ingqondo kodwa kwesinye isikhathi baye bathole ukuthi iziguli ezisebenzisa leyo mishanguzo kunokuthi zelapheke zigcina sezinezimpawu…

Read More